close

Take It Easy Lyrics & Chords By Teargas

LyricsView Chords

X2
Hey wena kalakachani
Kunini usithatha kanqani
Bheka manje ubanda kanjani
Hey uthanda kanjani
Khona ozokhalala mfana uzothi unebhadi
Asizanga ngokudlalala asinaso lesoskhathi
Ungazosangana sodedela i-party
Ngoba bafana nawe can't tell me nothing
Eintlek bow'cabangani sigijimisa le-cheese thina everyday
Mara sizwa bathi une-beef so sicela i-plate
Geeez for heaven's sake
K'dala ubuzy ukuk' intsimbi mara namanje hithi ama-heavy weight
Hai suka… clever ngeke wuy'mele may'suka
(Hai magenge hai kabi hai iphutha)
Sik'bhambe ngama-finger prints ngoba la uhamba khona ushay' ithupha
Ubungazi we are the wrong crew to fight
Mangabe uphuza mfanagithi uphuze right
Yah siyakuyazi the khuluma kakhulu type
Bizane i-plumber lana kuzoqhum' i-pipe
Oh no thina sizow'vala lomolomo
Mfanagithi sizow'khiph' ikane
Brika man mina ngiphethe izinja zam'
Joe they can pretty dance so take it easy sani
Maw'nenkinga sizokuthathela ama-steps
Maw'ngabone sizokufakela ama-specs
Sikuyenze buzzy (uzolandwa clever)
Easy (uzolandwa clever)
u-buzy uloko ushaya ama-peks
Uyazi kahle uguthi awuna niks
Take it easy (uzolandwa clever)
Easy (uzolandwa clever)
Bheka manje sow' jampa ama-fence
Bheka manje sow'nuka ama-steps
Uzobanjwa clever
Ungasiyenzi sithathe ama-further steps
Ungasiyenzi vele sisayine ama-cheque
Uzogandwa clever
Bheka manje sow'lande abogata, sow'ngene ku-june july
Mfanagithi ubhekene ney'khulu la
Uzolandwa ngendluzu la, uzohlangana ney'khukhu la
Uboskhuphula before uyisosa, bengamulali bengimthusa
Ha bengimkhuza, ha bengimvusa
Hamba ekasi uyobabuza, bazok'tshela ngami
Abongwana bas'fela ngami, uthath' i-corner mangivela sani
Mas'hlangana socabana amakomishi azophambana
Ene angifuni ukubona bantwini edladleni bazokhalaza
Qhubeka uliku u-speedi uzonyathelana ne-speed trap
Uzogijima uzojima ngathi ufuna i-six pack
Angikhulumi ngebiya you probably need that
Street cred izokushiya nge-gap like Pitch Black
Nina manipepereza mfana thina besikgereza
Nina manikhekheleza mfana thina besithesha
Ngizonifak' i-verstaan ene ngizoyifaka ngenkani
Coz niyafakana nama-bra nje ngamantombazana
Ene akupheli iviki ngingatontsi umphini wepiki
So mele uyenze ungangidini uzoqcwal' ijariti kini
Fika bakini bazami uk'khuza awuzwisisi
Uyadelela maw'ne mpinji unyathela phela mabriki
Angis'umalume wenu but ningabashana kim'
Can't pass china kimi, can't fight sala kini
Noma ungavutha umlilo we paraffin
Ungazodlalela la kimi uzothela ama-salatini

You may be looking for...

Tracks related to take it easy - teargas

you

by: discharge

brutalize

by: driller killer

no words

by: tragedy

doomed morale

by: arson anthem

in misery embraced

by: genocide superstars

what goes up

by: his hero is gone

nothing remains

by: skin like iron

un militar

by: migra violenta

víctimas inocentes

by: migra violenta

dirge

by: sedition

drunk white jesus

by: mouth sewn shut

nane

by: uhuru

sita

by: uhuru

bleak

by: asbestos

frat boy

by: caustic christ

ha, ha, ha

by: caustic christ

vägra

by: disarm

parasites

by: disnihil

major label control

by: police bastard

fire and ashes

by: lies feed the machine

close
Sign in person Home A to Z All Artists Top Artists Top Tracks